Lwah Ndlunkulu – Ngiyeza Lyrics

Lwah Ndlunkulu - Ngiyeza Lyrics

Lwah Ndlunkulu Ngiyeza Lyrics

Lwah Ndlunkulu Ngiyeza Lyrics. Learn the lyrics to Lwah Ndlunkulu maskandi hit single called Ngiyeza.

Lwah Ndlunkulu Ngiyeza Lyrics

[Intro]
S-stallion, iyeh, yoh
Oh-oh woah
Iyeh, yoh[Pre-Chorus]
Dali wena Ung’hambela uMaweni
Ng’yeza ng’zohlala kini
Ngenxa yento engaphakathi kimi, dali woah oh
Wokhuluma, wokhuluma, wokhuluma dali
Ngoba ufuna ng’zohlala kini, dali woah oh
Wokhuluma, wokhuluma (Yam’ eh yam’)
Wokhuluma dali (Yam’ eh yam’)
Ngoba ufuna ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’), woah oh, dali (Yam’ eh yam’)

[Chorus]
Ngoba bathi uthando lukhona (Yam’ eh yam’)
Kodwa inkomo azikho (Yam’ eh yam’)
Aw’ dali ng’yeza mina ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’)
Ng’yeza ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’)
Aw’ dali mina ng’yeza ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’)
Kodwa inkomo azikho (Yam’ eh yam’)
Aw’ dali ng’yeza mina ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’)
Aw’ ng’yeza ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’)

[Verse]
Noma bengathi ngikipitile
Bekhulume kabi ngathi
Bethi ekhaya kithi mina ngizikhiphile
Aw weh, we soka lami
Wena hamba kwandonga ziyaduma (Yam’ eh yam’)
Awuhambe uyosebenza (Yam’ eh yam’)
Khona uzobuya ukuxhumane no malume (Yam’ eh yam’)
Aw weh weh (Yam’ eh yam’)
Bathi ekhaya, uyinkunzi yomgulukudu
Wena ukhonze abo bhululu
Omalume bathi kimi ngi sphukuphuku, aw’ woah oh

[Pre-Chorus]
Dali wena Ung’hambela uMaweni
Ng’yeza ng’zohlala kini
Ngenxa yento engaphakathi kimi, dali woah oh
Wokhuluma, wokhuluma (Yam’ eh yam’), wokhuluma dali (Yam’ eh yam’)
Ngoba ufuna ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’), woah oh dali[Chorus]
Ngoba bathi uthando lukhona (Yam’ eh yam’)
Kodwa inkomo azikho (Yam’ eh yam’)
Aw’ dali ng’yeza mina ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’)
Ng’yeza ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’)
Aw’ dali mina ng’yeza ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’)
Kodwa inkomo azikho (Yam’ eh yam’)
Aw’ dali ng’yeza mina ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’)
Aw’ ng’yeza ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’)

See also  Mr Eazi – Legalize

[Bridge]
Themba lami likuwe
Thandolwethu lukhule
Mabe khuluma s’thule, nezitha zishlule
Sthandwa uhamb’ ubuye (Oh oh)
Bathi uzoduka nezwe kanjani?
Anibize uMaweni
Khona ezong’nika bheka mina ngedwa, ngedwa voh

[Pre-Chorus]
Dali wena Ung’hambela uMaweni
Ng’yeza ng’zohlala kini
Ngenxa yento engaphakathi kimi, dali woah oh
Wokhuluma, wokhuluma (Yam’ eh yam’), wokhuluma dali (Yam’ eh yam’)
Ngoba ufuna ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’), woah oh dali[Chorus]
Ngoba bathi uthando lukhona (Yam’ eh yam’)
Kodwa inkomo azikho (Yam’ eh yam’)
Aw’ dali ng’yeza mina ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’)
Ng’yeza ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’)
Aw’ dali mina ng’yeza ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’)
Kodwa inkomo azikho (Yam’ eh yam’)
Aw’ dali ng’yeza mina ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’)
Aw’ ng’yeza ng’zohlala kini (Yam’ eh yam’)

[Outro]
Yam’ eh yam’
Yam eh yam, ooh
Yam’ eh yam’
Oh, yam’ eh yam’

Eyami Mp3 Download. This song is available on all music channels like Youtube, Audiomack, Soundcloud, Fakaza, Apple Music Store, Shazam, and Boomplay.

Take a Listen Below.

PLAY NOW